название:
автор:
Amasiko ethu
автор:
Неизвестен
рейтинг: ★★★★★ / 5.2 / 1172 просмотра
- Текст
- Открытка с текстом
Amasiko ethu Soze aphele kithi Nabo okhokho bethu Helele, bomama Amasiko ethu Soze aphele kithi Nabo okhokho bethu Izimbali zesizwe (Asibonge komama) Abathokozisa bethu (Asibonge abazali) Izimbali zesizwe (Asibonge komama) Uma mina nawe singabambisana Uma mina nawe singahloniphana Helele, bomama Amasiko ethu Soze aphele kithi Nabo okhokho bethu Helele, bomama Amasiko ethu Soze aphele kithi Nabo okhokho bethu Phambili, bomama Themba lesizwe Hheyi ubuhle benu Soze buphele Amaqhawe esizwe (Asibonge komama) Bona basikhulisa (Asibonge abazali) Yini ehlula abazali (Asibonge komama) Uma mina nawe singabonisana Uma mina nawe singahloniphana Helele, bomama Amasiko ethu Soze aphele kithi Nabo okhokho bethu Phambili, bomama Themba lesizwe Hheyi ubuhle benu Soze buphele Helele, bomama Amasiko ethu Soze aphele kithi Nabo okhokho bethu Helele, bomama Amasiko ethu Soze aphele kithi Nabo okhokho bethu
А как ты думаешь, о чем песня "Amasiko ethu" ?