название:
автор:
Helele, bomama
автор:
Неизвестен
рейтинг: ★★★★★ / 4.7 / 698 просмотров
- Текст
- Открытка с текстом
Helele, bomama Amasiko ethu Soze aphele kithi Nabo okhokho bethu Amaqhawe esizwe Abathokozisa bethu Izimbali zesizwe Uma mina nawe singabambisana Uma mina nawe singahloniphana Helele, bomama Amasiko ethu Soze aphele kithi Nabo okhokho bethu Phambili, bomama Themba lesizwe Hheyi ubuhle benu Soze buphele Amaqhawe esizwe Bona basikhulisa Yini ehlula abazali Uma mina nawe singabonisana Uma mina nawe singahloniphana Helele, bomama Amasiko ethu Soze aphele kithi Nabo okhokho bethu Phambili, bomama Themba lesizwe Hheyi ubuhle benu Soze buphele
А как ты думаешь, о чем песня "Helele, bomama" ?